Ithi yabulala umyeni ivikela izingane inkosikazi yephoyisa

Ilanga News | 19.04.2026 23:00
UTSHELE inkantolo ukuthi kwaqala kuwumbuzo “osakudlala” ukwakheka kwetulo lokubulawa komyeni wakhe uNongcebo Faith Ntombela, odonsa udilikajele ngecala lokubulala umyeni wakhe owayeyisikhulu samaphoyisa kaMasipala weTheku, uCapt Zwelakhe Thomas Ntombela.