Abegqom’ nesifiso sokufinyelela kwezinye izifundazwe

Ilanga News | 16.12.2025 16:06
“Esikubonile wukuthi abathandi bomculo kabakukhathalele kangako ukuthi ingoma iculwa ngaluphi ulimi, banendaba nesigubhu. Lokhu sikubone ngesikhathi siqashwe eLimpopo, nokuyilapho sithole khona ithuba lokusebenzisana nomculi wakhona,” kuchaza uBujwa.