Wazama ukuzibulala ngoshevu ovume elokubulala indodakazi

Ilanga News | 03.06.2026 13:42
KULINDELEKE ukuba agwetshwe ngesonto elizayo owesilisa olahlwe yicala lokubulala ngesihluku indodakazi yakhe ngemuva kokuthola ukuthi isiyajola, futhi seyike yalivakashela isoka layo izikhathi eziningi.