I-IFP izokhipha umbiko ngezingxoxo namanye amaqembu

Ilanga News | 15.11.2026 11:27
IQEMBU le-Inkatha Freedom party (IFP) lizokhipha umbiko wokuqala mayelanga nezingxoxo eselizisingethe namanye amaqembu epolitiki ngokubumba uhulumeni ngokubambisana njengoba sekudlule ukhetho loHulumeni baseKhaya.