Ihhovisi likamengameli lichitha eyokuphoqa iSABC ukuvala ukuqoshwa kohlelo

Ilanga News | 24.03.2026 23:00
IHHOVISI likaMengameli uCyril Ramaphosa, lichitha izinsolo zokuthi liyalele umsakazeli womphakathi iSABC, ukuba ingaqhubeki nohlelo olupheka ngobhojwana osopolitiki iFace the Nation, ngemuva kokungenami kwamalungu e-ANC, ngemibuzo enzima abuzwa yona kulolu hlelo.