Uhulumeni uyichithile ‘eyeso leSilo’

Ilanga News | 19.11.2025 15:13
KUKHISHWE ingonyuluka ngombango wobukhosi esizweni saKwaMpukunyoni, kwaMkhwanazi, eMtubatuba, ophakathi kwaso noMnu Qiniso Ncube, okuthiwa uzibiza ngenkosi yaseDukuduku, ngemuva kokubekwa yiSilo uMisuzulu emasontweni amabili adlule njengeso laso kule ndawo.