Ezimbi ngentengo kaphethiloli ngenyanga ezayo

Ilanga News | 08.03.2026 18:28
UNGASE wenyuke ngokushaqisayo uphethiloli ekuqaleni kwenyanga ezayo uma lingabi ngcono izinga lokwenyuka kwentengo kawoyela ezimakethe zomhlaba, okudalwa yimpi eqhubekayo phakathi kwe-Iran neMelika esebenzisana ne-Israel.