Ziyalwe uNdlunkulu ngobuhle bokuzigcina izintombi nto

Ilanga News | 31.08.2026 15:47
Ithula inkulumo imeya yaseMtuba uMnu Mxolisi Mthethwa,ubonge izimbali zakwaMpukunyoni abeziphume ngobuningi bazo, nebezishaya ingoma kuvuke usinga kwabaningi.