Unina kamufi usalinde umndeni wombulali ukuba uyoxolisa

Ilanga News | 13.11.2025 01:00
Uhlulekile wukuzibamba uNkz Nomzamo Majola, ongudadewabo kaMajola, ngesikhathi iJaji uNkz Brenda Sibiya lehlisa isigwebo, zehla mi izinyembezi. Kudingeke ukuba abehamba naye amduduze njengoba bekubonakala ukuthi kuyezwela ukugwetshwa komfowabo.