I-DA ibona kuyiMK kuphela ezobanika inkinga eThekwini

Ilanga News | 13.08.2026 13:56
UMHOLI weDemocratic Alliance (DA) uMnu Geordin Hill-Lewis uthi babona kuyiMK Party kuphela iqembu abazobanga nalo ukuphatha uMasipala weTheku, okuyiwona omkhulu KwaZulu-Natal.