Libuyiselwe emsebenzini inxusa kwelikaZuma nabakwaGupta

Ilanga News | 02.09.2026 17:56
LIBUYISELWE emsebenzini inxusa lakuleli e-India, uMnu Anil Sooklal emva kokuhlonzwa wuMnyango wezobuDlelwano namaZwe omHlaba ngohambo lowayenguMengameli wezwe, uMnu Jacob Zuma owabonakala ehleli nomndeni wakwaGupta e-India ngoJune nonyaka.