‘Ubulawe wugesi’ evakashelwe yintombi

Ilanga News | 20.09.2026 21:24
Umndeni kamufi uMnu Philani Mkhungo (36), uthi usele nemibuzo ngokushona kwelungu lawo kukamfowabo. Kuthiwa umufi ubephuma ukuyochama emnyango elindwe yintombi, okuthiwa ibihleli embhedeni, sebelungiselela ukuyolala.