‘Makungaxhashazwa umphakathi ngokwenyuswa kwentengo yezinto’

Ilanga News | 31.03.2026 16:23
IKHOMISHINI yezokuNcintisana eNingizimu Afrika, inxusa umphakathi ukuthi ubike kuyona izigameko zokwenyuswa kwentengo yezinto ngamanani angenabulungiswa, njengoba kulindeleke ukuba kwenyuke intengo kaphethiloli namuhla phakathi kwamabili.