Uvelile enkantolo ofunwa ngezinsolo zokubulala umkakhe nezingane eNgilandi

Ilanga News | 13.07.2026 17:29
UZOBUYELA enkantolo ngesonto elizayo umlisa waseZimbabwe, obanjwe eNingizimu Afrika, ofunwa eNgilandi ngezinsolo zokubulala umkakhe namadodakazi abo amabili.