Lahlukanisa nomkalo laphinde lamshada iphoyisa elivume icala lokumbulala

Ilanga News | 15.02.2026 21:28
LAHLUKANISA nenkosikazi yalo eyayingummeli, laphinde layishada zingakapheli izinyanga eziwu-6, iphoyisa likaMasipala weTheku elivume icala lokuyibulala (inkosikazi).