Umdonsiswano ngengane ensundu ezalwe yiNdiya

Ilanga News | 26.03.2026 19:00
ISEYINZUKAZIKEYI eyomndeni wakwaGwala osembangweni wengane yawo yomfana eneminyaka ewu-8, nowesifazane womdabu waseNdiya, okunguyena owayikhulelwa, futhi oyikhulisayo.