Undizela kwelenyoni umculi wakuleli oqokwe kowaseGhana

Ilanga News | 23.09.2026 16:49
UDeborah ogama lakhe langempela uDkt Samukele Khumalo Dludla futhi odabuka KwaNongoma, uqokwe eminxeni we-Urban/ Contemporary Artiste of the Year lapho eqhathwe khona noCorbina Saah, Kofi Karikari, Kofi Ayeyi, Rapgees GH noCofi Boham noweBest Vocal Perfomace- Diaspora lapho ebanga khona noDavid Koomson, Francis Armah noSunshine Selina.