Odilika abawu-6 kowadlwengula isisulu eduze kwethuna likayise

Ilanga News | 23.08.2026 15:40
Ubebhekene namacala awu-10 okudlwengula, awu-3 okuntshontsha, nelilodwa lokubulala. La macala enzeka esikhathini esiyizinyanga eziwu-46, kusuka ngo-2016 kuya ku-2020, ebhozomela izisulu ezineminyaka ephakathi kuka-13 no-27, eziwu-5 zazineminyaka engaphansi kuka-14.