Umasipala weTheku uqwashisa ngezingozi ezidalwa umlilo

Ilanga News | 06.10.2026 20:33
KWETHULWE umkhankaso owaziwa nge #Change Safe Campaign, kuMasipala weTheku. Lo mkhankaso, ufundisa abantu abahlala ezakhiweni (imijondolo), ukuthi bangazigwema kanjani izingozi ezidalwa wumlilo.