Awuhlehli umasipala waseNkandla ngokudiliza imizi eyakhe kumhlaba wawo

Ilanga News | 23.12.2025 01:53
KUSAZOQHUBEKA isigaba sesibili sokudilizwa kwemizi eyakhiwe kumhlaba kamasipala waseNkandla. Lokhu kuvezwe imeya yaseNkandla uNkk Nonhlanhla Nzuza esithangamini sabezindaba kulo masipala ngoMsombuluko.