Ubuyela ngoLwesibili osolwa ngokubulala ingane exabene nonina wayo

Ilanga News | 24.07.2026 13:15
UNkz Sbongile Happiness Ngwadla(41) ubevele kafushane enkantolo eNkulu yaseThekwini namuhla ngamacala amathathu okubalwa elokuthumba, elokufuna imali ngenkani, nelokubulala uSimphiwe Xaba.