IKhomishini kaMadlanga izomvulela icala uCarrim

Ilanga News | 14.08.2026 16:26
Ukugula kwalo somabhizinisi sekuke kwaba yindaba egudwini njengoba nangenyanga edlule kwahlehla ukuvela kwakhe kwikhomishini, kukhalwa ngokuthi uyagula. Obekumangaza ngokugula kwakhe wukuthi wayefake incwadi yokuthi ngeke akwazi ukuvela phambi kwale khomishini, kodwa wabonakala eyokhithiza ezitolo eCape Town.