Awezepolitiki aphonsela umphakathi inselelo ngesabelomali seTheku

Ilanga News | 04.04.2026 18:10
AMAQEMBU ezepolitiki aphonsela inselelo umphakathi ohlala ngaphansi kukaMasipala weTheku, ngesiphakamiso sesabelomali sika-R74.7 billion, esihambisana nokunyuswa kwentela yokuqoqwa kwemfucuza, amanzi nogesi.