‘Ushiphe kudliwa’ Umafikizolo engalubhadi emcimbini

Ilanga News | 08.12.2025 14:37
Umcimbi uqale ntambama waze wasongwa ngeSonto ekuseni. Ngemuva kwawo emini kube ne-pincic yamahhala yokubonga izethameli nokuthi zikhokhe umoya wokuya emakhaya ziphephile.