Lihlehliselwe isonto elizayo elikaMaphisa-Nqakula

Ilanga News | 10.09.2026 16:23
Usebenkantolo izolo ngoLwesithathu ngamamacala ayi-12 enkohlakalo nokukhwabanisa. Utshele iNkantolo esephekwa ngemibuzo ukuthi usezizwa engaphilile, wacela ukuyobona udokotela, kwaphoqeleka ukuthi icala liguqe.