UMatlala uthi wagwazela uCele ngo-R500k

Ilanga News | 27.11.2025 02:43
UDEDELE amabhomu usomabhizinisi uMnu Vusimuzi Cat Matlala ethi wanika loyo owangungqongqoshe wamaphoyisa uMnu Bheki Cele imali elinganiselwa ku-R500 000.