Kuboshwe amanye amaphoyisa awu-5 mayelana nethenda kaMatlala

Ilanga News | 09.06.2026 15:01
AMAPHOYISA athi sekumiswe emsebenzini amanye amalungu awo njengoba kuqhubeka uphenyo nezinhlelo zokuqondisa ubugwegwe, mayelana nethenda eyanikwa iMedicare 24, okuyinkampani kaMnu Vusimuzi “Cat” Matlala.